Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Phephela KuJehova

Phephela KuJehova

Kwa-Israyeli kwakunamadolobha ayisithupha alungiselelwe noma ubani obulale ngephutha (Num 35:15; w17.11 9 ¶4)

Amadoda amadala akwa-Israyeli ayekhipha isahlulelo ecaleni ngalinye (Num 35:24; w17.11 9 ¶6)

Amadolobha esiphephelo ayebavikela futhi abenze balondeke labo ababulale ngephutha (Num 35:25; w17.11 11 ¶13)

Njengoba nje umuntu obulale ngephutha kwakufanele azidele ukuze avikeleke ngokubalekela emadolobheni esiphephelo, nathi siyazidela ukuze uNkulunkulu asizwele futhi asithethelele.