Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Amadodakazi kaZelofehadi acela ukuba anikwe ifa likayise

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Lingisa UJehova Ongabakhethi Abantu

Lingisa UJehova Ongabakhethi Abantu

Amadodakazi amahlanu kaZelofehadi acela ukuba anikwe ifa likayise (Num 27:1-4; w13 6/15 10 ¶14; bheka isithombe esisesembozweni)

UJehova wenza isinqumo esibonisa ukungakhethi (Num 27:5-7; w13 6/15 11 ¶15)

Kumelwe nathi singabakhethi abantu (Num 27:8-11; w13 6/15 11 ¶16)

Silingisa uJehova ongabakhethi abantu lapho sibahlonipha futhi sibathanda bonke esikholwa nabo nalapho sishumayela kuzo zonke izinhlobo zabantu.