Meyi 31–Juni 6
DUTERONOMI 1-2
Ingoma 125 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ukwahlulela KungokukaNkulunkulu”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Dut 1:19; 2:7—UJehova wabanakekela kanjani abantu bakhe phakathi neminyaka engu-40 benqamula ‘ehlane elikhulu nelesabekayo’? (w13 9/15 9 ¶9)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Dut 1:1-18 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula ophikisa ngendlela evamile. (th isifundo 16)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Nikeza umninikhaya isimemo semihlangano yebandla bese umbonisa ividiyo ethi Kwenziwani EHholo LoMbuso? (kodwa ungayidlali). (th isifundo 11)
Inkulumo: (5 imiz.) w13 8/15 11 ¶7—Isihloko: Gwema Ukulalela Noma Ukukhuluma Inkulumo Engakhi. (th isifundo 13)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Hlala Uzilungiselele Phakathi Nalesi Sikhathi Sokugcina ‘Sezinsuku Zokugcina’”: (15 imiz.) Ingxoxo esingathwa umdala. Dlala ividiyo ethi Ingabe Ukulungele Ukubhekana Nenhlekelele Yemvelo? Yisho nezikhumbuzo ezivela ehhovisi legatsha uma zikhona.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 9 ¶10-17
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 64 Nomthandazo