Juni 27–Julayi 3
2 SAMUWELI 15-17
Ingoma 123 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“U-Absalomu Wavukela Ngenxa Yokuqhosha”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
2Sa 16:4—Yini esingayifunda ngesinqumo sikaDavide asenza ngokuxhamazela? (w18.08 6 ¶11)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Sa 17:17-29 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile endaweni. (th isifundo 7)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yethula ividiyo ethi Siqhutshwa Kanjani Isifundo SeBhayibheli? (kodwa ungayidlali). (th isifundo 2)
Inkulumo: (5 imiz.) w09 5/15 27-28—Isihloko: Lingisa Intshiseko Ka-Ithayi Enkonzweni Yakho.—2Sa 15:19-22. (th isifundo 13)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (5 imiz.)
“Uthando . . . Aluzikhukhumezi”: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Khumbula Ukuthi Uthando Luziphatha Kanjani—Aluzikhukhumezi.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 10
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 87 Nomthandazo