June 6-12
2 SAMUWELI 9-10
Ingoma 124 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UDavide Wabonisa Uthando Oluqotho”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
2Sa 10:4, 5—Kungani izenzo zikaHanuni zaziwukwedelela emadodeni akwa-Israyeli? (it-1-E 266)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Sa 9:1-13 (th isifundo 12)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile endaweni. (th isifundo 3)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usumnikeza incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese nixoxa kafushane ngengxenye ethi “Indlela Ongazuza Ngayo Ngokugcwele Kulezi Zifundo ZeBhayibheli.” (th isifundo 17)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 05 iphuzu 4 (th isifundo 13)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Khumbula Ukuthi Uthando Luziphatha Kanjani—Lunomusa: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlalani ividiyo. Yibe usubuza izilaleli: UDavide wambonisa kanjani uMefibhosheti umusa? Singababonisa kanjani abanye umusa nothando oluqotho?
Okufezwa Inhlangano: (10 imiz.) Dlala ividiyo kaJuni ethi Okufezwa Inhlangano.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 07
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 1 Nomthandazo