Meyi 30–Juni 5
2 SAMUWELI 7-8
Ingoma 22 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UJehova Wenza Isivumelwano NoDavide”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
2Sa 8:2—Ukunqoba kukaDavide abakwaMowabi kwasigcwalisa kanjani isiprofetho? (it-2-E 206 ¶2)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Sa 7:1-17 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho, uyihlobanise nesenzakalo sakamuva. Nikeza umninikhaya umagazini ohlobene nendaba akhulume ngayo. (th isifundo 13)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho, uyihlobanise nesenzakalo sakamuva. Mchazele ngesifundo seBhayibheli samahhala bese umnikeza ikhadi lemininingwane yokungena ku-jw.org. (th isifundo 18)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 04 ukubuyekeza, ufundeni nomgomo (th isifundo 8)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (10 imiz.)
“Khuluma Ngezinto Ezenzeka Manje Enkonzweni Yakho”: (5 imiz.) Ingxoxo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 06
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma Entsha Yomhlangano Wesifunda Ka-2022 Nomthandazo