Meyi 16-22
2 SAMUWELI 1-3
Ingoma 103 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“‘UMnsalo’ Usifundisani?”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
2Sa 1:26—Kungani uDavide ayengabiza uJonathani ngokuthi “mfowethu”? (it-1-E 369 ¶2)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Sa 3:1-16 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile endaweni. (th isifundo 3)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mchazele ngesifundo seBhayibheli samahhala bese umnikeza ikhadi lemininingwane yokungena ku-jw.org. (th isifundo 20)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 04 iphuzu 5 nengxenye ethi Abanye Abantu Bathi (th isifundo 19)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Uthando . . . Alujabuli Ngokungalungi”: (7 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Khumbula Ukuthi Uthando Luziphatha Kanjani—Alujabuli Ngokungalungi.
“Uthando . . . Luthemba Zonke Izinto”: (8 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Khumbula Ukuthi Uthando Luziphatha Kanjani—Luthemba Zonke Izinto.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 04
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 2 Nomthandazo