May 2-8
1 SAMUWELI 27-29
Ingoma 71 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Icebo LikaDavide Lokulwa Impi”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
1Sa 28:15—Ubani uSawule “ambona” kulesi senzakalo? (w10 1/1 20 ¶5-6)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Sa 27:1-12 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Nixoxa Okokuqala: Ukuhlupheka—Jak 1:13. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana, bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 1)
Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Ngemva kwalokho, nikeza umninikhaya incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese wethula ividiyo ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli? (kodwa ungayidlali). (th isifundo 6)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Ukuma Siqine Lapho Siphikiswa: (15 imiz.) Ingxoxo Dlala le vidiyo. Yibe usubuza izilaleli: Sifundani esibonelweni sabafowethu ababeseJalimane yobuNazi? Sifundani esibonelweni sabafowethu baseRussia nababehlala ezweni elingaphansi kweSoviet Union?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 02
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 94 Nomthandazo