Meyi 23-29
2 SAMUWELI 4-6
Ingoma 135 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Hlala Ukwesaba Ukudumaza UJehova”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
2Sa 6:8, 9—Sifundani kulokho uDavide akwenza lapho uJehova emthukuthelele? (w96 4/1 29 ¶1)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Sa 4:1-12 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile endaweni. (th isifundo 12)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yethula ividiyo ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli? (kodwa ungayidlali). (th isifundo 9)
Inkulumo: (5 imiz.) w05 10/1 23-24 ¶14-15—Isihloko: “Mesabeni UNkulunkulu Nimnike Inkazimulo.”—IsA 14:7. (th isifundo 19)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ukulungele Yini Ukubhekana Neziyaluyalu Zomphakathi?”: (15 imiz.) Ingxoxo esingathwa umdala. Dlala ividiyo ethi Ingabe Ukulungele Ukubhekana Nenhlekelele Yemvelo? Yisho nezikhumbuzo ezivela ehhovisi legatsha nasendikimbeni yabadala, uma zikhona.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 05
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 96 Nomthandazo