Meyi 9-15
1 SAMUWELI 30-31
Ingoma 8 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ziqinise NgoJehova UNkulunkulu Wakho”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
1Sa 30:23, 24—Sifundani kule ndaba? (w05 3/15 24 ¶9)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Sa 30:1-10 (th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: Ukuhlupheka—1Jo 5:19. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana, bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 8)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Ngemva kwalokho, nikeza umninikhaya incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese niqala isifundo seBhayibheli esifundweni 01. (th isifundo 16)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Yiba Umngane KaJehova—Ungathandaza Noma Nini: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo. Uma kungenzeka, buza izingane ozikhethile le mibuzo: Kungani kufanele sithandaze kuJehova? Yiziphi izikhathi ezikahle esingathandaza ngazo kuJehova? Ungathini kuye lapho uthandaza?
Izidingo Zebandla: (10 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 03
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 95 Nomthandazo