AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Ziqinise NgoJehova UNkulunkulu Wakho
Ama-Amaleki ashisa iZikilagi futhi athumba abantu (1Sa 30:1, 2)
UDavide namadoda ayekanye nawo babecindezeleke kakhulu (1Sa 30:3-5; w06 8/1 28 ¶12)
UDavide wathola amandla kuJehova (1Sa 30:6; w12 4/15 30 ¶14)
ONGAZINDLA NGAKHO: Lapho ngicindezelekile, ubani engiya kuye ukuze ngithole amandla?