Juni 12-18
2 IZIKRONIKE 32-33
Ingoma 103 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Qinisa Abanye Ngezikhathi Zokucindezeleka”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
2Kr 33:15, 16—Singafundani esibonelweni sikaManase? (w21.10 4-5 ¶11-12)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Kr 32:1-15 (th isifundo 11)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Xoxani ngekhasi elingemuva lesembozo sencwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese ucela ukufunda naye iBhayibheli. (th isifundo 6)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnike okuthile okuseBhokisini Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 17)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 10 iphuzu 5 (th isifundo 19)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Zivikele Ezimfundisweni Zezihlubuki”: (10 imiz.) Ingxoxo nevidiyo.
Izidingo Zebandla: (5 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 48 amaphuzu 1-4
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 90 Nomthandazo