Juni 19-25
2 IZIKRONIKE 34-36
Ingoma 97 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Uzuza Ngokugcwele Yini EZwini LikaNkulunkulu?”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
2Kr 35:20-23—Yisiphi isixwayiso esisithola kulokho okwenzeka eNkosini enhle uJosiya? (w17.03 27 ¶15-17)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Kr 35:1-14 (th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnike incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese nixoxe kafushane ngesihloko esithi “Indlela Ongazuza Ngayo Ngokugcwele Kulezi Zifundo ZeBhayibheli.” (th isifundo 7)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mtshele ngewebhusayithi yethu bese umshiyela ikhadi lemininingwane yokuxhumana le-jw.org. (th isifundo 11)
Inkulumo: (5 imiz.) w17.09 25-26 ¶7-10—Isihloko: Sebenzisa Amandla EZwi LikaNkulunkulu Enkonzweni Yakho. (th isifundo 14)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ingabe Ulisebenzisa Kahle IBhayibheli Elilalelwayo?”: (15 imiz.) Ingxoxo nevidiyo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 48 iphuzu 5, ukubuyekeza, ufundeni nomgomo
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 117 Nomthandazo