Juni 5-11
2 IZIKRONIKE 30-31
Ingoma 87 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKU
“Ukuhlangana Ndawonye Kuyasizuzisa”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
2Kr 30:20—Yini esingayifunda endleleni uJehova alalela ngayo uHezekiya? (w18.09 6 ¶14-15)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Kr 31:11-21 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 20)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnike incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese niqala isifundo seBhayibheli esifundweni 01. (th isifundo 18)
Inkulumo: (5 imiz.) w19.01 11-13 ¶13-18—Isihloko: Dumisa UJehova Ngokuphendula Emihlanganweni Yebandla. (th isifundo 16)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Yiba Umngane KaJehova—Lungiselela Impendulo Yakho: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo. Ngemva kwalokho, uma kungenzeka, buza abasebasha abakhona le mibuzo: Ungakulungiselela kanjani ukuphendula emihlanganweni yebandla? Kungani kufanele sijabule noma singakhonjwanga?
Okufezwa Yinhlangano: (10 imiz.) Dlala ividiyo kaJuni ethi Okufezwa Yinhlangano.
Isifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff ingxenye 3 ukubuyekeza
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 115 Nomthandazo