May 1-7
2 IZIKRONIKE 17-19
Ingoma 114 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Bheka Abanye Ngendlela UJehova Ababheka Ngayo”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
2Kr 17:9—Yini esingayifunda ngomkhankaso wokufundisa owahlelwa uJehoshafati? (w17.03 20 ¶10-11)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Kr 17:1-19 (th isifundo 11)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Nixoxa Okokuqala: IBhayibheli—Rom 15:4. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana bese ubuza izilaleli imibuzo evela kuvidiyo.
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 18)
Inkulumo: (5 imiz.) w21.05 17-18 ¶11-15—Isihloko: Hlale Unombono Omuhle Lapho Abantu Bengenandaba Nesigijimi. (th isifundo 16)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Zibheke Ngendlela UJehova Akubheka Ngayo”: (15 imiz.) Ingxoxo nevidiyo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 44 amaphuzu 5-6, ukubuyekeza, ufundeni nomgomo
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 111 Nomthandazo