Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

“UJehova Unendlela Yokukunika Okuningi Kakhulu Kunalokho”

“UJehova Unendlela Yokukunika Okuningi Kakhulu Kunalokho”

U-Amaziya waqasha amasosha ukuba ayolwa nezitha zikaNkulunkulu (2Kr 25:5, 6)

Umuntu kaNkulunkulu weluleka u-Amaziya ukuba awabuyisele emuva lawo masosha (2Kr 25:7, 8; it-1-E 1266 ¶6)

UJehova wayenganika u-Amaziya okuningi kakhulu kunemali eyayimlahlekele (2Kr 25:9, 10)

ZIBUZE: ‘Yiziphi izinto engingazidela ukuze ngikhonze uJehova ngokugcwele? Yiziphi izibusiso engingazithola ngenxa yalokho kuzidela?’​—Mal 3:10; w21.08 30 ¶16.