Meyi 29–Juni 4
2 IZIKRONIKE 28-29
Ingoma 54 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ungamkhonza UJehova Nakuba Ukhuliswe Abazali Ababengesona Isibonelo Esihle”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
2Kr 29:25—Isibonelo sikaNathani sisifundisani ngezinzuzo zokwamukela iseluleko sikaJehova? (w12 2/15 24-25)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Kr 28:1-11 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula ophikisa ngendlela evamile. (th isifundo 4)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnike okuthile okuseBhokisini Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 19)
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz.) lff isifundo 10 iphuzu 4 (th isifundo 13)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“UJehova ‘Unguyise Wentandane’”: (8 imiz.) Ingxoxo nevidiyo.
Izidingo Zebandla: (7 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 47
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 86 Nomthandazo