Meyi 8-14
2 IZIKRONIKE 20-21
Ingoma 118 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Yibani Nokholo KuJehova UNkulunkulu Wenu”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
2Kr 21:14, 15—Sagcwaliseka kanjani isiprofetho sika-Eliya esiphathelene noJehoramu? (it-1-E 1271 ¶1-2)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Kr 20:20-30 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Ubuyela Koxoxe Naye—IsA 21:3, 4. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana bese ubuza izilaleli imibuzo evela kuvidiyo.
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 9)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 09 ukubuyekeza, ufundeni nomgomo (th isifundo 14)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ukulungele Yini Ukuwa Kwezomnotho?”: (15 imiz.) Ingxoxo nevidiyo. Kumele yenziwe umdala. Khuluma nangezikhumbuzo ezivela ehhovisi legatsha nasendikimbeni yabadala uma zikhona.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 45 amaphuzu 1-3
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma Entsha YoMhlangano Wesifunda Ka-2023 Nomthandazo