Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Meyi 13-19

IHUBO 38-39

Meyi 13-19

Ingoma 125 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

1. Lahla Umthwalo Wokuzizwa Unecala Ngokwedlulele

(10 imiz.)

Umuzwa wecala owedlulele ungafana nomthwalo osindayo (Hu 38:​3-8; w20.11 27 ¶12-13)

Kunokugxila emaphutheni esikhathi esidlule, zimisele ukusebenzisa ukuphila kwakho ujabulisa uJehova (Hu 39:​4, 5; w02 11/15 20 ¶1-2)

Thandaza nakuba imizwa yecala yenza kube nzima ukuba uthandaze (Hu 39:12; w21.10 15 ¶4)

Uma uzizwa unecala ngokwedlulele, khumbula ukuthi uJehova uzithethelela [“ngokukhululekile,” mbhw] izoni eziphendukayo.—Isay 55:7.

2. Amagugu Angokomoya

(10 imiz.)

  • Hu 39:1—Kukuziphi izimo lapho kungase kudingeke sisebenzise isimiso ‘sokufaka isifonyo emilonyeni [yethu]’? (w22.09 13 ¶16)

  • Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

3. Ukufundwa KweBhayibheli

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

4. Ikhono Lokungacasuli—Lokho UPawulu Akwenza

(7 imiz.) Ingxoxo. Dlala IVIDIYO, ngemva kwalokho xoxani ngencwajana ethi Thanda Abantu isifundo 5 amaphuzu 1-2.

5. Ikhono Lokungacasuli—Lingisa UPawulu

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ingoma 44

6. Izidingo Zebandla

(15 imiz.)

7. ISifundo SeBhayibheli Sebandla

Amazwi Okuphetha (3 imiz.) | Ingoma 84 Nomthandazo