Izihambeli zomhlangano eMalawi zihlangene ndawonye kusihlwa ukuze zibuke i-JW Broadcasting

INCWAJANA YOMHLANGANO WOKUPHILA NENKONZO Novemba 2019

Ongase Uxoxe Ngakho

Izingxoxo ezimayelana nokuthi kungani uNkulunkulu adala abantu nalokho uNkulunkulu akuthembisayo ngekusasa.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Ningalithandi Izwe Noma Izinto Ezisezweni

Yini ezosisiza sigweme ukuba izwe nezinto zalo eziyengayo zisiqhelise kuJehova?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Gwema Ukuthonywa Yizwe Lapho Ulungiselela Umshado

Yiziphi izimiso zeBhayibheli ezingasiza abathembisene bahlele lolu suku lwabo olukhethekile ngendlela ezokwenza basale benonembeza ohlanzekile futhi bengazisoli ngalutho?

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Kumelwe Silwe Ukuze Sihlale Siseqinisweni

Yini okufanele siyenze ukuze ‘silulwele kanzima ukholo’?

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

“Ngiyazazi Izenzo Zakho”

UJesu wazi konke okwenzeka emabandleni futhi nguye oqondisa abadala.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

UJehova Uyakwazi Esikudingayo

Kungani umhlangano ngamunye wesifunda uba yilokho kanye esikudingayo? Yini eyenza umhlangano waphakathi nesonto ukhuthaze futhi ube usizo?

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Abagibeli Bamahhashi Abane

Namuhla sibona abagibeli bamahhashi abane besAmbulo abangokomfanekiso. Umelelani umgibeli ngamunye?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

UJehova Uthanda Umuphi Onamileyo

Singanikela kanjani ngokuzithandela ukuze sisekele umsebenzi woFakazi BakaJehova endaweni esihlala kuyo nasemhlabeni wonke?