Novemba 18-24
ISAMBULO 1-3
INgoma 15 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ngiyazazi Izenzo Zakho”:10 imiz.)
[Dlala ividiyo ethi Isethulo Sencwadi YesAmbulo.]
IsAm 1:20—UJesu unegunya eliphelele endikimbeni yabadala (w12 10/15 13-14 ¶8)
IsAm 2:1, 2—UJesu uyazi ukuthi kwenzekani ebandleni ngalinye (w12 4/15 29 ¶11; w01 1/15 20-21 ¶20)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
IsAm 1:7—Kuzokwenzeka kanjani futhi nini ukuba wonke amehlo abone uJesu “eza kanye namafu”? (kr 226 ¶10)
IsAm 2:7—Kusho ukuthini ukudla “emthini wokuphila, osepharadesi likaNkulunkulu”? (w09 1/15 31 ¶1)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IsAm 1:1-11 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 2)
Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe sewethula ividiyo ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli?, (kodwa ungayidlali) bese nixoxa ngayo. (th isifundo 3)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“UJehova Uyakwazi Esikudingayo”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Umbiko WeKomiti Yokufundisa Ka-2017.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 16 ¶15-20 nebhokisi ek. 171
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 109 Nomthandazo