Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

TREASURES FROM GOD’S WORD | ISAMBULO 4-6

Abagibeli Bamahhashi Abane

Abagibeli Bamahhashi Abane

6:2, 4-6, 8

UJesu “waphuma enqoba” ngokulwa noSathane namademoni akhe ezulwini nangokubalahlela emhlabeni, bangabe besakwazi ukubuyela ezulwini. UJesu uyaqhubeka enqoba njengoba esiza futhi evikela izinceku zakhe phakathi nalezi zinsuku zokugcina. ‘Uyophelelisa ukunqoba kwakhe’ lapho emisa amahhashi alaba abanye abagibeli abathathu e-Armagedoni bese elungisa umonakalo odalwe ukugabavula kwawo.