Novemba 4-10
1 JOHANE 1-5
INgoma 122 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ningalithandi Izwe Noma Izinto Ezisezweni”: (10 imiz.)
[Dlala ividiyo ethi Isethulo Sencwadi Yokuqala KaJohane.]
1Joh 2:15, 16—“Konke okusezweni . . . kuvela ezweni,” akuveli kuBaba (w05 1/1 10 ¶13)
1Joh 2:17—Izwe liyadlula, nesifiso salo (w13 8/15 27 ¶18)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
1Joh 2:7, 8—Kungamuphi umqondo umthetho uJohane akhuluma ngawo umdala futhi umusha? (w13 9/15 10 ¶14)
1Joh 5:16, 17—Yisiphi “isono esiletha ukufa”? (it-1-E 862 ¶5)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) 1Joh 1:1–2:6 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Zimisele Ekufundeni Nasekufundiseni: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Intshiseko, bese nixoxa ngesifundo 11 sencwajana ethi Zimisele.
Inkulumo: (5 imiz. noma ngaphansi) w04 10/1 29—Isihloko: Wayesho ukuthini uJohane ku-1 Johane 4:18 lapho ethi “uthando oluphelele luphonsa ukwesaba ngaphandle”? (th isifundo 7)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Gwema Ithonya Lezwe Lapho Ulungiselela Umshado”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Imishado Edumisa UJehova.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 16 ¶1-6
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 125 Nomthandazo