Ongase Uxoxe Ngakho
●○○ LAPHO NIXOXA OKOKUQALA
Umbuzo: Kungani uNkulunkulu adala abantu?
UmBhalo: Gen 1:27, 28
Ngokuzayo: Yini esenza siqiniseke ngokuthi uNkulunkulu uzoyifeza injongo yakhe?
○●○ LAPHO UBUYELA OKOKUQALA
Umbuzo: Yini esenza siqiniseke ngokuthi uNkulunkulu uzoyifeza injongo yakhe?
UmBhalo: Josh 21:45
Ngokuzayo: Yini uNkulunkulu athembisa ukusenzela yona esikhathini esizayo?
○○● LAPHO UBUYELA OKWESIBILI
Umbuzo: Yini uNkulunkulu athembisa ukusenzela yona esikhathini esizayo?
UmBhalo: IsAm 21:4
Ngokuzayo: Singazithola kanjani izibusiso uNkulunkulu asithembise zona?