Novemba 16-22
LEVITIKUSI 4-5
INgoma 84 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Nikeza UJehova Okuhle Kakhulu”: (10 imiz.)
Lev 5:5, 6—Labo ababenze izono kwakumele banikele umhlatshelo wesono, wemvu noma wembuzi (it-2-E 527 ¶9)
Lev 5:7—Labo ababeswele okungenzeka babengeke bakwazi ukunikela ngemvu noma ngembuzi, babenganikela ngamahobhe amabili noma ngamajuba amabili (w09 6/1 26 ¶3)
Lev 5:11—Labo ababeswele kakhulu ababengeke bakwazi ukunikela ngamahobhe noma ngamajuba, babenganikela okweshumi kwe-efa kukafulawa ocolekile (w09 6/1 26 ¶4)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Lev 5:1—AmaKristu angakusebenzisa kanjani okukuleli vesi ekuphileni kwawo? (w16.02 30 ¶14)
Lev 5:15, 16—Kungenzeka kanjani ukuthi othile ‘aziphathe ngokungathembeki ngokuthi empeleni one ngephutha izinto ezingcwele zikaJehova? (it-1-E 1130 ¶2)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngayo?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Lev 4:27–5:4 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho, kodwa usebenzise u-Isaya 9:6, 7. (th isifundo 12)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho, kodwa usebenzise IHubo 72:16. (th isifundo 4)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz. noma ngaphansi) lv 182 ¶22-23 (th isifundo 19)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Sekuphele Iminyaka Engu-60 Siphayona Ndawonye Ngosizo LukaJehova: (15 imiz.) Dlala ividiyo. Yibe usubuza le mibuzo elandelayo: Yimaphi amalungelo futhi yini uTakako noHisako abayijabulela esabelweni sabo? Yiziphi izinkinga zempilo uTakako aba nazo futhi wasizwa yini? Yini ebenze bajabula futhi baneliseka? Indaba yabo ikuveza kanjani lokho okushiwo yile mibhalo elandelayo: IzAga 25:11; UmShumayeli 12:1; Hebheru 6:10?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz. noma ngaphansi) rr “INcwadi Evela ENdikimbeni Ebusayo” nebhokisi elithi “Ukuchazwa Kwamathuluzi Okufundisa”
Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)
INgoma 95 Nomthandazo