Novemba 30–Disemba 6
LEVITIKUSI 8-9
INgoma 16 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ubufakazi Besibusiso SikaJehova”: (10 imiz.)
Lev 8:6-9, 12—UMose wabeka abapristi (it-1-E 1207)
Lev 9:1-5—Isizwe sakwa-Israyeli sasikhona lapho abapristi benza umnikelo wabo wokuqala wezilwane (it-1-E 1208 ¶8)
Lev 9:23, 24—UJehova wabonisa ukuthi uyabamukela laba bapristi (w19.11 23 ¶13)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Lev 8:6—Yini esingayifunda emfunekweni yokuthi abapristi bakwa-Israyeli kumelwe bahlanzeke? (w14 11/15 9 ¶6)
Lev 8:14-17—Lapho kubekwa abapristi, kungani kwaba uMose owenza imihlatshelo kwangaba u-Aroni? (it-2-E 437 ¶3)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngayo?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Lev 8:31–9:7 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usumbonisa lokho ebenixoxa ngakho kumagazini womphakathi INqabayokulinda No. 2 2020, bese umnika lowo magazini. (th isifundo 6)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Ngemva kwalokho tshela umninikhaya ngewebusayithi yethu bese umnikeza ikhadi lemininingwane yokungena ku-jw.org. (th isifundo 4)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz. noma ngaphansi) bhs 84 ¶6-7 (th isifundo 11)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni—Ukushumayela Ngocingo”: (15 imiz.) Ingxoxo eqhutshwa umbonisi wenkonzo. Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz. noma ngaphansi) rr isahl. 1 ¶8-14, ibhokisi 1A
Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)
INgoma 40 Nomthandazo