Disemba 13-19
ABAHLULELI 8-9
Ingoma 125 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ukuthobeka Kungcono Kunokuqhosha”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Hlu 8:27—Ingabe uGideyoni wayelikhulekela i-efodi ayelenzile? (it-1-E 753 ¶1)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Hlu 8:28–9:6 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 9)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Nikeza umninikhaya incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese niqala isifundo seBhayibheli. (th isifundo 20)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lffi isifundo 02 iphuzu 4 (th isifundo 13)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Okufezwa Inhlangano: (5 imiz.) Dlala ividiyo kaDisemba ethi Okufezwa Inhlangano.
Izidingo Zebandla: (10 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 17 ¶9-14
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 22 Nomthandazo