Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Disemba 6-12

ABAHLULELI 6-7

Disemba 6-12
  • Ingoma 38 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Hamba Ngala Mandla Onawo”: (10 imiz.)

  • Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)

    • Hlu 6:27​—Isibonelo sikaGideyoni singasisiza kanjani enkonzweni? (w05 1/15 26 ¶5)

    • Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Hlu 6:1-16 (th isifundo 10)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Nixoxa Okokuqala: IBhayibheli—Rom 15:4. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana, bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Nikeza umninikhaya incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! (th isifundo 6)

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Nikeza umninikhaya incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade!, bese umbonisa ukuthi angayithola kanjani le ncwajana emshinini wezobuchwepheshe. (th isifundo 15)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU