AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Hamba Ngala Mandla Onawo”
UJehova wanikeza uGideyoni isabelo esinzima kakhulu (Hlu 6:2-6, 14)
UGideyoni wazizwa engakufanelekeli ukufeza leso sabelo (Hlu 6:15; w02 2/15 6-7)
UGideyoni waphumelela ukwenza leso sabelo ngamandla kaJehova (Hlu 7:19-22; w05 7/15 16 ¶3)
UJehova ulindele ukuthi sisebenzise amandla esinawo ukuze simkhonze. Umoya wakhe ongcwele ungasisiza lapho singenamandla futhi usenze siphumelele.—Isay 40:30, 31.