Novemba 1-7
JOSHUWA 18-19
Ingoma 12 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UJehova Walihlukanisa Ngokuhlakanipha Izwe”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Jos 18:1-3—Yini okungenzeka yabangela ama-Israyeli ukuba angasheshi ukungena endaweni esentshonalanga yeJordani? (it-1-E 359 ¶5)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Jos 18:1-14 (th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Nixoxa Okokuqala: Izindaba Ezinhle—Hu 37:10, 11. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana, bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.
Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usunikeza umninikhaya INqabayokulinda No. 2 2021. (th isifundo 1)
Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile endaweni. (th isifundo 11)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Siyambonga UJehova Ngenxa Yothando Lwenu”: (15 imiz.) Ingxoxo esingathwa umdala. Dlala ividiyo ethi ‘Simbonga Njalo UNkulunkulu Ngenxa Yenu’. Khuluma ngephuzu elilodwa noma amabili avela ochungechungeni lwezihloko oluthi “Indlela Iminikelo Yenu Esetshenziswa Ngayo” ku-jw.org.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 15 ¶15-17 nebhokisi 15A
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 122 Nomthandazo