Disemba 12-18
2 AMAKHOSI 16-17
Ingoma 115 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ukubekezela KukaJehova Kunomkhawulo”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
2Kh 17:29—Ayengobani “amaSamariya” okukhulunywa ngawo kuleli vesi futhi obani kamuva ababizwa ngaleli gama? (it-2-E 847)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Kh 17:18-28 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Xoxela umuntu ngewebhusayithi yethu bese umshiyela ikhadi lemininingwane ye-jw.org. (th isifundo 4)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yethula ividiyo ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli? futhi nixoxe ngayo (kodwa ungayidlali) (th isifundo 20)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 08 iphuzu 5 (th isifundo 9)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Qiniseka Ngokuthi Uzosinda Lapho Lesi Simiso Sezinto Siphela”: (5 imiz.) Ingxoxo.
Okufezwa Inhlangano: (10 imiz.) Dlala ividiyo kaDisemba ethi Okufezwa Inhlangano.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 31
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 74 Nomthandazo