AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Ukubekezela KukaJehova Kunomkhawulo
UJehova wavumela i-Asiriya ukuba linqobe u-Israyeli (2Kh 17:5, 6; it-2-E 908 ¶5)
UJehova wabajezisa abantu bakhe ngenxa yokuthi babeqhubeka bemcasula (2Kh 17:9-12; it-1-E 414-415)
UJehova wayewabekezelela ama-Israyeli futhi ewaxwayisa ngokuphindaphindiwe (2Kh 17:13, 14)
UBaba wethu onothando osemazulwini uyababekezelela ngempela abantu abanesono. (2Pe 3:9) Noma kunjalo, maduzane uzobabhubhisa abantu ababi ukuze afeze injongo yakhe. Lokhu kufanele kusikhuthaze kanjani ukuba silalele isiyalo futhi sishumayele ngomuzwa wokuphuthuma?