Disemba 26, 2022–Januwari 1, 2023
2 AMAKHOSI 20-21
Ingoma 41 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Umthandazo Wenza UJehova Wangenelela”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
2Kh 21:13—Kungamuphi umgqondo uJehova asebenzisa ithuluzi lokuqondisa ukuze akale iJerusalema? (it-2-E 240 ¶1)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Kh 21:1-15 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile endaweni. (th isifundo 4)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Xoxela umuntu ngewebhusayithi yethu bese umshiyela ikhadi lemininingwane ye-jw.org. (th isifundo 6)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 08 iphuzu 6 (th isifundo 19)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Imithandazo Yethu Iyigugu KuJehova”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Ngigxilile Emthandazweni.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 32 amaphuzu 5-6, ukubuyekeza, ufundeni nomgomo
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 142 Nomthandazo