Disemba 5-11
2 AMAKHOSI 13-15
Ingoma 127 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Umzamo Esiwenza Ngenhliziyo Yonke Uholela Ezibusisweni Eziningi”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
2Kh 13:20, 21—Ingabe lesi simangaliso kufanele sisibheke njengesisekela ukuhlonishwa kwezinsalela zezinto izinkolo ezizibheka njengezingcwele? (w05 8/1 11 ¶3)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Kh 13:20–14:7 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! (th isifundo 1)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Qala isifundo seBhayibheli esifundweni 01 ngencwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! (th isifundo 20)
Inkulumo (5 imiz.) km 8/03 1—Isihloko: Umsebenzi Oqabulayo. (th isifundo 11)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“UJehova Uyawukhumbula Umsebenzi Wethu Onzima”: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi UJehova Uyakhumbula.
Izidingo Zebandla: (5 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 30
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 151 Nomthandazo