AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Umzamo Esiwenza Ngenhliziyo Yonke Uholela Ezibusisweni Eziningi
U-Elisha wayala iNkosi uJehowashi ukuba yenze izinto ezithile ukuze zifanekise indlela u-Israyeli ayezonqoba ngayo iSiriya (2Kh 13:15-18)
Ngenxa yokuthi uJehowashi wayengakwenzi ngenhliziyo yonke, ukunqoba kwakhe kwakulinganiselwe (2Kh 13:19; w10 4/15 26 ¶11)
UJehova uzibusisa kakhulu izinceku zakhe ezimfuna ngobuqotho (Heb 11:6; w13 11/1 11 ¶5-6)
ZIBUZE, ‘Ngibonisa kanjani ukuthi ngenza konke okusemandleni ezicini zami zokukhulekela ezinjengokufunda iBhayibheli, ukuya emihlanganweni nasenkonzweni yasensimini?’