Novemba 21-27
2 AMAKHOSI 9-10
Ingoma 126 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Wabonisa Isibindi, Wazimisela Enentshiseko”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
2Kh 10:29, 31—Sifundani ephutheni likaJehu? (w11 11/15 5 ¶6-7)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Kh 9:1-14 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze okuthile okuseBhokisini Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 1)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mchazele ngesifundo seBhayibheli samahhala bese umnikeza incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! Yethula ividiyo ethi Siqhutshwa Kanjani Isifundo SeBhayibheli? futhi nixoxe ngayo (kodwa ungayidlali) (th isifundo 12)
Inkulumo: (5 imiz.) w13 5/15 8-9 ¶3-6—Isihloko: Lingisa Intshiseko KaJehova NoJesu. (th isifundo 16)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Okushiwo Ontanga Yakho—Ukuhlehlisa Izinto: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo. Bese ubuza izilaleli: Yini engenza umuntu ahlehlise izinto? Kungani singajabula kakhulu uma senza izinto ngesikhathi?
“Izinto Ezingasisiza Sigweme Ukuhlehlisa Izinto”: (10 imiz.) Ingxoxo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 28
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 19 Nomthandazo