Disemba 11-17
JOBE 25-27
Ingoma 34 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Akudingeki Ube Umuntu Ongenamaphutha Ukuze Ube Oqotho”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
Job 26:14—Lokhu okuncane esikwaziyo ngendalo kusenza siqaphele ini ngoJehova? (w16.11 10 ¶3)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Job 25:1–26:14 (th isifundo 12)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile. (th isifundo 1)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Qala ngokusebenza ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mbonise ukuthi angayisebenzisa kanjani i-jw.org ukuze azitholele lokho angathanda ukufunda ngakho. (th isifundo 17)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 13 isethulo namaphuzu 1-3 (th isifundo 15)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ubuqotho Nalokho Esikucabangayo”: (5 imiz.) Ingxoxo.
Okufezwa Inhlangano: (10 imiz.) Dlala ividiyo kaDisemba ethi Okufezwa Inhlangano.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) bt isahl. 3 ¶4-11
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 57 Nomthandazo