Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

Akudingeki Ube Umuntu Ongenamaphutha Ukuze Ube Oqotho

Akudingeki Ube Umuntu Ongenamaphutha Ukuze Ube Oqotho

UJobe wagxeka uNkulunkulu ngokungafanele (Job 27:​1, 2)

Nakuba uJobe enza amaphutha, wayezibheka njengomuntu oqotho (Job 27:5; it-1-E 1210 ¶4)

Ukuba qotho kusho ukuthanda uJehova ngenhliziyo yonke, hhayi ukungawenzi amaphutha (Mat 22:37; w19.02 3 ¶3-5)

ONGAZINDLA NGAKHO: Ukwazi ukuthi uJehova akalindele ukuba singawenzi amaphutha kusisiza kanjani singaliphonsi ithawula?