Disemba 18-24
JOBE 28-29
Ingoma 39 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ingabe Unedumela Elihle NjengoJobe?”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
Job 29:24—Singafundani esibonelweni sikaJobe? (g00 7/8 11 ¶3)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Job 28:1-28 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! (th isifundo 3)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usumnikeza incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese nixoxa kafushane ngengxenye ethi “Indlela Ongazuza Ngayo Ngokugcwele Kulezi Zifundo ZeBhayibheli.” (th isifundo 17)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 13 Funda Okwengeziwe nephuzu 4 (th isifundo 6)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Engingakwenza Ukuze Ngigcine Idumela Lethu Lilihle”: (15 imiz.) Ingxoxo nevidiyo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) bt isahl. 3 ¶12-18
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 50 Nomthandazo