Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

Indlela UJobe Ahlala Ngayo Emsulwa

Indlela UJobe Ahlala Ngayo Emsulwa

UJobe wenza isivumelwano namehlo akhe (Job 31:1; w10 4/15 21 ¶8)

UJobe wayecabanga ngemiphumela yokwenza okubi (Job 31:​2, 3; w08 9/1 11 ¶4)

UJobe wayekhumbula ukuthi uJehova uyayibona indlela aziphatha ngayo (Job 31:4; w10 11/15 5-6 ¶15-16)

Ukuba msulwa kusho ukuhlanzeka noma ukungangcoli hhayi nje kwesikushoyo nesikwenzayo kodwa ngisho nasezinhliziyweni zethu.—Mat 5:28.