Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Kungani Ukubuka Izithombe Zocansi Kukubi

Kungani Ukubuka Izithombe Zocansi Kukubi

Namuhla izithombe zocansi zithe chithi saka futhi zitholakala kalula. Abantu abaningi ngisho nabantu abathi bayakholwa banomuzwa wokuthi izithombe zocansi aziyona ingozi.

BUKELANI IVIDIYO ETHI KUYISONO YINI KUNKULUNKULU UKUBUKA IZITHOMBE ZOCANSI? BESE NIPHENDULA UMBUZO OLANDELAYO:

Le miBhalo elandelayo isisiza kanjani siqonde indlela uNkulunkulu azizwa ngayo ngezithombe zocansi?