Novemba 6-12
JOBE 13-14
Ingoma 151 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Uma Umuntu Efa, Angabuye Aphile Futhi?”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
Job 13:12—Kungani uJobe afanisa amazwi abaduduzi bamanga ‘nezaga zomlotha’? (it-1-E 191)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Job 13:1-28 (th isifundo 12)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Nixoxa Okokuqala: IBhayibheli—2Ti 3:16, 17. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana bese ubuza izilaleli imibuzo evela kuvidiyo.
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnike incwanjana ethi Phila Kuze Kube Phakade! (th isifundo 2)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff ingxenye 1 imibuzo yokubuyekeza 1-5 (th isifundo 19)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Beka Eceleni Okuthile”: (15 imiz.) Ingxoxo nevidiyo. Le nkulumo kumelwe yenziwe umdala. Ncoma ibandla ngokubeka eceleni imali ukuze lisekele umsebenzi wenhlangano kaJehova.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) bt isahl. 1 ¶16-21
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 76 Nomthandazo