Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

“Uma Umuntu Efa, Angabuye Aphile Futhi?”

“Uma Umuntu Efa, Angabuye Aphile Futhi?”

Abantu abanawo amandla okuvimbela ukufa noma amandla okuvusa abafile (Job 14:​1, 2, 4, 10; w99 10/15 3 ¶1-3)

Abafile bangaphinde baphile futhi (Job 14:​7-9; w15 4/15 32 ¶1-2)

UJehova akanawo amandla nje kuphela okuvusa izinceku zakhe kodwa uyakulangazelela ukwenza kanjalo (Job 14:​14, 15; w11 3/1 22 ¶5)

ONGAZINDLA NGAKHO: Kungani uJehova ekulangazelela ukuvusa izinceku zakhe eziqotho? Lokhu kukwenza uzizwe kanjani ngoJehova?