Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Disemba 2-8

IHUBO 113-118

Disemba 2-8

Ingoma 127 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

1. Singambuyisela Ngani UJehova?

(10 imiz.)

UJehova uyasiqapha, usiphatha ngomusa futhi uyasikhulula (Hu 116:​6-8; w01 1/1 11 ¶13)

Singambuyisela uJehova ngokuphila ngendlela evumelana nemithetho yakhe nezimiso zakhe (Hu 116:​12, 14; w09 7/15 29 ¶4-5)

Singambuyisela ngokunikela “umhlatshelo wokubonga” (Hu 116:17; w19.11 22-23 ¶9-11)

2. Amagugu Angokomoya

(10 imiz.)

  • Hu 116:15—Obani “abaqotho” bakaNkulunkulu okukhulunywa ngabo kuleli vesi? (w12 5/15 22 ¶1-2)

  • Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

3. Ukufundwa KweBhayibheli

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

4. Yiba Nesibindi—Lokho UJesu Akwenza

(7 imiz.) Ingxoxo. Dlala IVIDIYO, bese nixoxa ngencwajana ethi Thanda Abantu, isifundo 12 amaphuzu 1-2.

5. Yiba Nesibindi—Lingisa UJesu

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ingoma 60

6. Izidingo Zebandla

(15 imiz.)

7. ISifundo SeBhayibheli Sebandla

Amazwi Okuphetha (3 imiz.) | Ingoma 29 Nomthandazo