Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Disemba 9-15

IHUBO 119:​1-56

Disemba 9-15

Ingoma 124 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

1. “Insizwa Ingayigcina Kanjani Indlela Yayo Ihlanzekile?”

(10 imiz.)

Hlala uqaphile (Hu 119:9; w87 11/1 18 ¶10)

Namathela ezikhumbuzweni zikaNkulunkulu (Hu 119:​24, 31, 36; w06 6/15 25 ¶1)

Susa amehlo akho ezintweni ezingenanzuzo (Hu 119:37; w10 4/15 20 ¶2)

ZIBUZE, ‘Yiziphi izikhumbuzo engizitholile ezingangisiza ngiziphathe ngendlela ehlanzekile?’

2. Amagugu Angokomoya

(10 imiz.)

  • Hu 119—Leli hubo libhalwe kanjani futhi cishe ngasiphi isizathu? (w05 4/15 10 ¶2)

  • Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

3. Ukufundwa KweBhayibheli

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

4. Ukuqala Ingxoxo

(3 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Qala ingxoxo nomuntu ohlangana naye emgwaqweni njengoba nishumayela endlini ngendlu. (lmd isifundo 1 iphuzu 4)

5. Ukubuyela Koxoxe Naye

(4 imiz.) ENDLINI NGENDLU. Lapho nixoxa nomninikhaya esikhathini esidlule, ukutshele ukuthi ushonelwe umuntu amthandayo. (lmd isifundo 9 iphuzu 3)

6. Inkulumo

(5 imiz.) ijwyp 83—Isihloko: Ngingamelana Kanjani Nezilingo? (th isifundo 20)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ingoma 40

7. Okufezwe Inhlangano KwangoDisemba

(10 imiz.) Dlala IVIDIYO.

8. Izidingo Zebandla

(5 imiz.)

9. ISifundo SeBhayibheli Sebandla

(30 imiz.) bt isahl. 19 ¶6-13

Amazwi Okuphetha (3 imiz.) | Ingoma 21 Nomthandazo