Novemba 11-17
IHUBO 106
Ingoma 36 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)
1. “Bamkhohlwa UNkulunkulu UMsindisi Wabo”
(10 imiz.)
Lapho ama-Israyeli efikelwa ukwesaba, avukela uJehova (Eks 14:11, 12; Hu 106:7-9)
Lapho elambile futhi omele amanzi, abubula ngoJehova (Eks 15:24; 16:3, 8; 17:2, 3; Hu 106:13, 14)
Lapho ekhathazekile, akhonza abanye onkulunkulu (Eks 32:1; Hu 106:19-21; w18.07 20 ¶13)
ONGAZINDLA NGAKHO: Lapho sibhekene nezikhathi ezinzima, ziyini izinzuzo zokucabanga ngezindlela uJehova asisize ngazo esikhathini esedlule?
2. Amagugu Angokomoya
(10 imiz.)
Hu 106:36, 37—Kuhlobana kanjani ukukhonza izithixo nokuhlabela amademoni? (w06 7/15 13 ¶9)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
3. Ukufundwa KweBhayibheli
(4 imiz.) Hu 106:21-48 (th isifundo 10)
4. Fundisa Ngendlela Elula—Lokho UJesu Akwenza
(7 imiz.) Ingxoxo. Dlala IVIDIYO bese nixoxa ngencwajana ethi Thanda Abantu isifundo 11 amaphuzu 1-2.
5. Fundisa Ngendlela Elula—Lingisa UJesu
(8 imiz.) Ingxoxo esekelwe encwajaneni ethi Thanda Abantu isifundo 11 amaphuzu 3-5 nengxenye ethi “Bheka Nale MiBhalo.”
Ingoma 78
6. Izidingo Zebandla
(15 imiz.)
7. ISifundo SeBhayibheli Sebandla
(30 imiz.) bt isahl. 18 ¶1-5, amabhokisi kk. 142, 144