Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Novemba 25–Disemba 1

IHUBO 109-112

Novemba 25–Disemba 1

Ingoma 14 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

1. Sekela INkosi UJesu!

(10 imiz.)

Ngemva kokwenyukela ezulwini, uJesu wahlala ngasesandleni sokudla sikaJehova (Hu 110:1; w06 9/1 13 ¶6)

Ngo-1914, waqala ukunqoba izitha zakhe (Hu 110:2; w00 4/1 18 ¶3)

Singazinikela ngokuzithandela ukuze sisekele ukubusa kwakhe (Hu 110:3; be 76 ¶2)

ZIBUZE, ‘Imiphi imigomo engingazibekela yona ukuze ngibonise ukuthi ngisekela uMbuso kaNkulunkulu?’

2. Amagugu Angokomoya

(10 imiz.)

  • Hu 110:4—Chaza isivumelwano okukhulunywa ngaso kuleli vesi. (it-1-E 524 ¶2)

  • Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

3. Ukufundwa KweBhayibheli

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

4. Ukuqala Ingxoxo

(2 imiz.) ENDLINI NGENDLU. Qala ingxoxo ngepheshana. (lmd isifundo 4 iphuzu 3)

5. Chaza Izinkolelo Zakho

(5 imiz.) Umboniso. ijwfq 23—Isihloko: Kungani OFakazi BakaJehova Bengayi Empini? (lmd isifundo 4 iphuzu 4)

6. Ukwenza Abafundi

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ingoma 72

7. Singawusekela Kanjani Ngobuqotho UMbuso?

(15 imiz.) Ingxoxo.

UMbuso kaJehova uwubufakazi bokuthi ungumbusi wamazulu nomhlaba. (Dan 2:​44, 45) Ngakho, lapho siwusekela ngenkuthalo, sisuke sisekela ubukhosi bukaJehova.

Dlala IVIDIYO ethi Sisekele Ngobuqotho “ISikhulu Sokuthula.” Ngemva kwalokho, buza izilaleli:

  • Siwusekela kanjani ngobuqotho uMbuso kaNkulunkulu?

Bhala umBhalo ohambisana nendlela ngayinye ebonisa ukuthi sisekela uMbuso kaNkulunkulu.

  • Sibeka uMbuso kuqala ekuphileni kwethu.

  • Siphila ngokuvumelana nemithetho yokuziphatha ebekelwe izikhonzi zoMbuso.

  • Ngentshiseko, sixoxela abantu ngoMbuso kaNkulunkulu.

  • Sibabonisa inhlonipho ohulumeni babantu, kodwa silalela uNkulunkulu lapho umthetho kaKhesari uphikisana nomthetho kaNkulunkulu.

8. ISifundo SeBhayibheli Sebandla

Amazwi Okuphetha (3 imiz.) | Ingoma 75 Nomthandazo