November 14-20
UMSHUMAYELI 1-6
INgoma 66 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Bona Okuhle Ngawo Wonke Umsebenzi Wakho Onzima”: (10 imiz.)
[Dlala i-video ethi Isethulo SomShumayeli.]
UmSh 3:12, 13—Ukujabulela ukwenza umsebenzi onzima kuyisipho esivela kuNkulunkulu (w15 2/1 4-6)
UmSh 4:6—Hlakulela umbono olinganiselayo ngomsebenzi (w15 2/1 6 ¶3-5)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
UmSh 2:10, 11—Yini uSolomoni ayithola mayelana nengcebo? (w08 4/15 22 ¶9-10)
UmSh 3:16, 17—Kufanele sikubheke kanjani ukungabi bikho kobulungisa kuleli zwe? (w06 11/1 14 ¶8)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) UmSh 1:1-18
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) isembozo se-wp16.6—Shiya ikhadi lokungena ku-JW.ORG.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) isembozo se-wp16.6—Funda imiBhalo emshinini ophathwayo.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 21-22 ¶11-12—Memela umuntu emihlanganweni yebandla.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Lingasifundisani IBhayibheli?—Indlela Yokuyisebenzisa”: (15 imiz.) Inkulumo. Ngemva kwenkulumo yibe usudlala futhi nixoxe nge-video ebonisa ingxenye yesifundo seBhayibheli kusetshenziswa ingxenye ethi Iqiniso 4 esekhasini 115 lencwadi ethi Lingasifundisani IBhayibheli.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 4 ¶1-6 nebhokisi elithi “Incazelo Yegama LikaNkulunkulu”
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 112 Nomthandazo