November 28–December 4
ISIHLABELELO SEZIHLABELELO 1-8
INgoma 106 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Intombazane EngumShulamiti—Isibonelo Esifanelwe Ukulingiswa”: (10 imiz.)
[Dlala i-video ethi Isethulo SesiHlabelelo seziHlabelelo.]
IsiHl 2:7; 3:5—UmShulamiti wayezimisele ukulinda aze athole lowo ayezomthanda ngempela (w15 1/15 31 ¶11-13)
IsiHl 4:12; 8:8-10—Wahlala eqotho futhi emsulwa njengoba ayelindile (w15 1/15 32 ¶14-16)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
IsiHl 2:1—Yiziphi izimfanelo ezanezela ebuhleni bomShulamiti? (w15 1/15 31 ¶13)
IsiHl 8:6—Kungani uthando lweqiniso luchazwa ‘njengelangabi likaJah’? (w15 1/15 29 ¶3; w06 11/15 20 ¶7)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IsiHl 2:1-17
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) bh—Sebenzisa i-video ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli? ukuze wethule incwadi. (Phawula: Ungayidlali i-video embonisweni.)
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) bh—Memela umuntu emhlanganweni webandla.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 29-31 ¶8-9
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Intsha Iyabuza—Ingabe Ngikulungele Ukuphola?”: (9 imiz.) Inkulumo esekelwe esihlokweni esithi: “Intsha Iyabuza—Ingabe Ngikulungele Ukuphola?”
Ingabe Uthando Noma Ukuthatheka?: (6 imiz.) Dlala i-video yokufunda ngomdwebo ethi Ingabe Uthando Noma Ukuthatheka? bese nixoxa ngayo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 4 ¶16-23 nebhokisi elithi “Ungokoqobo Kangakanani UMbuso Kuwe?”
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 34 Nomthandazo