Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | ISIHLABELELO SEZIHLABELELO 1-8

Intombazane EngumShulamiti—Isibonelo Esifanelwe Ukulingiswa

Intombazane EngumShulamiti—Isibonelo Esifanelwe Ukulingiswa

Yini eyenza le ntombazane ibe isibonelo esivelele kubakhulekeli bakaJehova?

2:7; 4:12

  • Yabonisa ukuhlakanipha ngokulinda umuntu emthanda ngempela

  • Yenqaba ukuthonywa abanye ukuba ithandane nanoma ubani nje ehlangana naye

  • Yayithobekile, ilinganisela futhi imsulwa

  • Yayingeke ivumele ukuba uthando lwayo luthengwe ngegolide noma ngezithopho

Zibuze:

‘Iyiphi imfanelo yentombazane engumShulamiti engingazama ukuyilingisa kangcono?’